Inceku Ethembekile (Rev VB Zuma)  episode artwork

EPISODE · Oct 2, 2024 · 36 MIN

Inceku Ethembekile (Rev VB Zuma) 

from Rock Of Refuge Ministries · host Pastor Njabulo

Inceku Ethembekile (Rev VB Zuma)  Powerful sermon by my biological mother about a faithful servant in our native language, IsiZulu. We all need to serve God with faithfulness that he may find us doing what is right and in line with His word. ““Izinkalo zenu mazibe ziboshiwe, nezibani zivutha. Nani yibani njengabantu ababheke inkosi yabo ibuya emshadweni ukuba, nxa ifika ingqongqotha, bayivulele masinyane. Zibusisiwe lezo zinceku okuyakuthi inkosi, nxa ifika, izifumane zilindile; ngiqinisile ngithi kini: Iyakuzibopha ukhalo, izihlalise ekudleni, ize izikhonze. Noma ifika ngomlindo wesibili noma ngowesithathu, ifumane kunjalo, zibusisiwe zona lezo. Kepha yazini lokhu kokuthi, uma umninindlu ebesazi isikhathi isela elizakufika ngaso, ubengayikuvuma ukuba ifohlwe indlu yakhe. Nani manibe nilungile, ngokuba iNdodana yomuntu iyeza ngesikhathi eningasicabangiyo.” UPetru wayesethi kuye: “Nkosi, usilandisa thina lo mfanekiso nokuba bonke na?” Yayisithi iNkosi: “Ngumuphi-ke umphathi othembekileyo noqondileyo, inkosi yakhe eyakumbeka phezu kwabendlu bayo ukuba abanike isabelo sabo sokudla ngesikhathi sakho? Ibusisiwe leyo nceku okuyakuthi inkosi yayo, nxa ifika, iyifumane yenze njalo. Impela ngithi kini: Iyakuyibeka phezu kwakho konke enakho. Kepha uma leyo nceku ithi enhliziyweni yayo: ‘Inkosi yami ilibele ukufika,’ iqale ukushaya abafana namantombazana, idle, iphuze, idakwe, inkosi yaleyo nceku iyakufika ngosuku engayibhekile ngalo nangomzuzu engawaziyo, iyinqumanqume, iyabele nabangakholekile. “Njalo-ke leyo nceku ebiyazi intando yenkosi yayo ingalungiselanga, ingenzanga ngokwentando yayo, iyakushaywa imivimbo eminingi; kepha ebingazi yenza okufanele imivimbo, iyakushaywa eyingcosana; yilowo nalowo ophiwe okuningi, kuyakubizwa okuningi kuye; nophathiswe okuningi, bayakubiza kuye okungaphezu kwalokho.” NgokukaLuka 12:35-48 ZUL59

Episode metadata supplied by the publisher feed · Published Oct 2, 2024

Embed this episode

Ready to play

Inceku Ethembekile (Rev VB Zuma) 

0:00 36:58

No transcript for this episode yet

We transcribe on demand. Request one and we'll notify you when it's ready — usually under 10 minutes.

No similar episodes found.

No similar podcasts found.

Frequently Asked Questions

How long is this episode of Rock Of Refuge Ministries?

This episode is 36 minutes long.

When was this Rock Of Refuge Ministries episode published?

This episode was published on October 2, 2024.

Can I download this Rock Of Refuge Ministries episode?

Yes. Use the download control on the episode player to save the publisher-provided media file.
URL copied to clipboard!