UKHOZI FM
from Ukhozi FM News Bulletins Hosted by SABC News and Current Affairs
Amaphoyisa ase-Eastern Cape, abophe abafana abangamashumi amabili nane abaminyaka ephakathi kwengu 15, kuya ku 19 ubudala esigodini sase Xhongora, ngaphandle kwase Mthatha. Abasolwa baboshwa kulandela emva kokuthi kushone omunye wabafana oneminyaka engu 18,ubudala wakulendawo. Okhulumela amaphoyisa uMzukisi Fatyela, uthi amaphoyisa asaphenya ngembangela yokulwa kwabo, abasolwa babhekene namacala okukubulala ukudala nodlame emphakathini. [TAKE: SB NAME: Twenty boyz OUTCUE: the murder charge TO: 0'34" DURATION:0'34"]
Embed this episode
No transcript yet.