UKHOZI FM 18H00
from Ukhozi FM News Bulletins Hosted by SABC News and Current Affairs
Uhulumeni ucabanga ukulidingida ngaphandle kwenkantolo udaba lwesinxephezelo salabo abadutshulwa eMarikana. Kwaboshwa izisebenzi zase-Mayini kwaphinde kwabulawa ezinye izisebenzi mhlaka 12 Ngenyanga kaNcwaba, ngo- 2012. Abameli bezisuku bafuna isinxephezelo sika 1 Billion wamarandi. uMengameli Jacob Zuma, uthi uhulumeni uzama ukuqhamuka nenye indlela yokuxazulula ngalo loludaba ngaphandle kwenkantolo, bese kuqalwa indlela yokukhokhelwa kwabobonke abathintekayo. Intatheli yakwa SABC, uNtebo Mokobo uyabika [TAKE: SB NAME: Looking OUTCUE: Miners TO: 0'34" DURATION:0'34"] Uthi uhulumeni ubhekqa izindlela zokunxephezela abathintekayo. Uthi uhulumeni uzocela amajaji banye abanolwazi mayelana naloluhlelo. Kuthiwa ihhovisi likaMengameli lithe lizohlangana nabameli bezisulu ukubanxenxa ukuthi lendaba ikhulunyelwe ngaphandle kwenkantolo smp dbn 29/09
Embed this episode
No transcript yet.