Skip to content
UkHOZI FM BULLETINS episode artwork

May 5, 2015 4 min

UkHOZI FM BULLETINS

from Ukhozi FM News Bulletins Hosted by SABC News and Current Affairs

Umphakathi wase Mtubatuba ugcwele uyachichima enkantolo yakulendawo enyakatho neKwaZulu Natal, lapho kuzovela khona umsolwa osolwa ngokudlwengula unina waphinde wambulala. Abantu baphethe izinqwembe ezibhalwe ukuthi akuvikelwe abantu abadala, abangahlukunyezwa. Unkosikazi kandunankulu KwaZulu Natal, uThembeka Mchunu, uyingxenye yezakhamizi zase Kundosi eMtubatuba. Umama osemdala uFikilephi Sithole wadlwengulwa wabulawa indodana yakhe. Umphakathi wathukuthela kakhulu emva kwalesi sigameko ufuna umsolwa angatholi ibheyili. u-Sithole ugcwatshwe ngesonto lendlule. Kulindeleke ukuthi afake isicelo sebheyili. Smp dbn 05/05

Episode details come from the podcast's RSS feed.

Embed this episode

Ready to play

UkHOZI FM BULLETINS

0:00 4:49

No transcript yet.

Requests help us decide what to transcribe next.

Frequently asked questions

How long is this episode of Ukhozi FM News Bulletins?

This episode is 4 minutes long.

When was this Ukhozi FM News Bulletins episode published?

This episode was published on May 5, 2015.

Can I download this Ukhozi FM News Bulletins episode?

Yes. Use the download control on the episode player to save the publisher-provided media file.