Skip to content
UKHOZI FM BULLETUNS episode artwork

May 6, 2015 4 min

UKHOZI FM BULLETUNS

from Ukhozi FM News Bulletins Hosted by SABC News and Current Affairs

Amaqembu aphikisayo athi afuna isixazululo njengoba kuqhubeka imibhikisho malungana nezinhlelllo zokungabibikho kwezindlu , amanzi kanye nokuthuthwa jwendle uma ngabe iMeya yomkhandlu dolobha wase Goli u Parks Tau esethula inkulumo yakhe ye dolobha e Braamfontein namhlanje . Lamaqembu aphinde aphawula kabanzi ngokungasebenzi kwamarobothi , izinkinga zokuthuthelw akukagesi , kanye nokungaqoqwa kwenfucuza ngendlela efanenle . Okhulumela i DA u vasco Da gama uyenaba kabanzi ngalokhu [TAKE: SB INCUE: Our interest is ..... OUTCUE: ..... to do this time TO: 0'25" DURATION:0'25"] Kusenjalo kubikwa ukuthi bafuna ukwazi ukuthi ngabe benzeni , kubikwa ukuthi akusetshenzelwanga ngendlela egculisayo umphakathi ezinhlelweni zakwa City Power , Joburg Water uthi udoti ugcwele yonke indawo i Piki it Up ayiwenzi umsebenzi okumele ukuthi iwenze ngendlela egculisayo . Ugesi wasemgwaqeni awusebenzi uma ngabe kuna imvula.

Episode details come from the podcast's RSS feed.

Embed this episode

Ready to play

UKHOZI FM BULLETUNS

0:00 4:27

No transcript yet.

Requests help us decide what to transcribe next.

Frequently asked questions

How long is this episode of Ukhozi FM News Bulletins?

This episode is 4 minutes long.

When was this Ukhozi FM News Bulletins episode published?

This episode was published on May 6, 2015.

Can I download this Ukhozi FM News Bulletins episode?

Yes. Use the download control on the episode player to save the publisher-provided media file.