EPISODE · Oct 21, 2024 · 21 MIN
VABS - DNA TEST TOPIC - BONGANI THOBELA INTERVIEW (21 OCT)
from VUKA AFRICA BREAKFAST SHOW · host ukhozi fm
Interview: Ubaba walowo owayeyinkakha yesibhakela u-Dingaan Thobela ufuna izingane zendodana yakhe zenze ama DNA ukuze abe nesiqiniseko sokuthi izingane zendodana yakhe ngempela. Lokhu kulandela isicelo asifake enkantolo ephakeme yase Goli sokuthi kulindwe imiphumela yama DNA ngaphambi kokuthi kukhishwe izimali zengane yakhe. Inkantolo isichithile lesicelo. U-Thobela wadlula emhlabeni ngo April kulonyaka. Sixoxa nengane ka Dingaan u-Bongani Thobela sizobuye sixoxe nongoti wama DNA. Sizamile ukuthola ubaba ka Dingaan kodwa sangaphumelela. TOPIC: Uthini owakho umbono ngama DNA? Usuke wazithola usesimweni lapho kumele wenze khona le test? Yathini imiphumela? Guest: Dr Nontobeko Mbatha, Founder of Tumeladi Diagnostic Pathologists
Embed this episode
NOW PLAYING
VABS - DNA TEST TOPIC - BONGANI THOBELA INTERVIEW (21 OCT)
No transcript for this episode yet
Similar Episodes
No similar episodes found.
Similar Podcasts
No similar podcasts found.