EPISODE · Apr 30, 2024 · 15 MIN
#Ezweni sakhile :Sekuphele iminyaka engu 14 uMnuz Sibusiso Mazibuko ezama ukuthola isinxephezelo sakhe sakwa Road Accident Fund emva kokushayiswa imoto e-Newcastle ngonyaka ka 2011. Umama ka Sbusiso u-Cremensia Mazibuko ubegqigqa emahhovisi ka-RAF yonke leminyaka kwaze kwathi ngonyaka ka 2020 bamtshelwa ukuthi sekunommeli osekuyena ozomela u-Sbusiso kuloludaba. Ngokuka Cremensia abamazi lommeli futhi akaze bahlangane naye kepha ummeli uthi u-Sbusiso wafika ezocela usizo emahhovisi akhe eGoli ngo
from Ukhozi Breakfast · host ukhozi fm
#Ezweni SAkhile :Sekuphele iminyaka engu 14 uMnuz Sibusiso Mazibuko ezama ukuthola isinxephezelo sakhe sakwa Road Accident Fund emva kokushayiswa imoto e-Newcastle ngonyaka ka 2011. Umama ka Sbusiso u-Cremensia Mazibuko ubegqigqa emahhovisi ka-RAF yonke leminyaka kwaze kwathi ngonyaka ka 2020 bamtshelwa ukuthi sekunommeli osekuyena ozomela u-Sbusiso kuloludaba. Ngokuka Cremensia abamazi lommeli futhi akaze bahlangane naye kepha ummeli uthi u-Sbusiso wafika ezocela usizo emahhovisi akhe eGoli ngonyaka ka 2017. Sikhuluma nomama ka Sbusiso u-Crementia, kanye no mmeli uMnuz Billy Nkonwani bese sivala ngo Nomkhosi Gumede waka RAF.
Embed this episode
Ready to play
#Ezweni sakhile :Sekuphele iminyaka engu 14 uMnuz Sibusiso Mazibuko ezama ukuthola isinxephezelo sakhe sakwa Road Accident Fund emva kokushayiswa imoto e-Newcastle ngonyaka ka 2011. Umama ka Sbusiso u-Cremensia Mazibuko ubegqigqa emahhovisi ka-RAF yonke leminyaka kwaze kwathi ngonyaka ka 2020 bamtshelwa ukuthi sekunommeli osekuyena ozomela u-Sbusiso kuloludaba. Ngokuka Cremensia abamazi lommeli futhi akaze bahlangane naye kepha ummeli uthi u-Sbusiso wafika ezocela usizo emahhovisi akhe eGoli ngo
No transcript for this episode yet
Similar Episodes
No similar episodes found.