Skip to content
#Ezwenisakhile :Sibheka udaba oluthinta omama ababili abasola izibhedlela zase KZN ngokuduka kwezingane zabo ngesikhathi beyoteta. Odabeni lokuqala u-Nqobile Buthelezi wase Folweni eThekwini uthi wathola amaphepha amabili ayesho ukuthi utete amawele elomfana nelentombazane kodwa waphuma e-theatre nosana olulodwa olwentombazane kuphela. Wagcina engayitholanga incazelo egcwele ngokuthi kwenzakalani ngengane yomfana. Loludaba baze baludlulisela nasemaphoyiseni kodwa abalutholanga usizo. Odabeni lwesibili u- Zinhle Duma wase Molweni ePinetown uthi wayekhulelwe amawele kodwa wagcina ehambe nengane eyodwa yentombazane emva kokuthi udokotela ethe akayiboni ingane yesibili ngesikhathi emtetisa e-theatre. Sikhulumile noMnyango weZempilo eKZN bathi basaphenya. Sizophinde sikhulume nommeli ozosicebisa ngemigudu engathathwa izivakasheli zethu. episode artwork

EPISODE · Feb 18, 2025 · 28 MIN

#Ezwenisakhile :Sibheka udaba oluthinta omama ababili abasola izibhedlela zase KZN ngokuduka kwezingane zabo ngesikhathi beyoteta. Odabeni lokuqala u-Nqobile Buthelezi wase Folweni eThekwini uthi wathola amaphepha amabili ayesho ukuthi utete amawele elomfana nelentombazane kodwa waphuma e-theatre nosana olulodwa olwentombazane kuphela. Wagcina engayitholanga incazelo egcwele ngokuthi kwenzakalani ngengane yomfana. Loludaba baze baludlulisela nasemaphoyiseni kodwa abalutholanga usizo. Odabeni lwesibili u- Zinhle Duma wase Molweni ePinetown uthi wayekhulelwe amawele kodwa wagcina ehambe nengane eyodwa yentombazane emva kokuthi udokotela ethe akayiboni ingane yesibili ngesikhathi emtetisa e-theatre. Sikhulumile noMnyango weZempilo eKZN bathi basaphenya. Sizophinde sikhulume nommeli ozosicebisa ngemigudu engathathwa izivakasheli zethu.

from Ukhozi Breakfast · host ukhozi fm

Episode metadata supplied by the publisher feed · Published Feb 18, 2025

Embed this episode

Ready to play

#Ezwenisakhile :Sibheka udaba oluthinta omama ababili abasola izibhedlela zase KZN ngokuduka kwezingane zabo ngesikhathi beyoteta. Odabeni lokuqala u-Nqobile Buthelezi wase Folweni eThekwini uthi wathola amaphepha amabili ayesho ukuthi utete amawele elomfana nelentombazane kodwa waphuma e-theatre nosana olulodwa olwentombazane kuphela. Wagcina engayitholanga incazelo egcwele ngokuthi kwenzakalani ngengane yomfana. Loludaba baze baludlulisela nasemaphoyiseni kodwa abalutholanga usizo. Odabeni lwesibili u- Zinhle Duma wase Molweni ePinetown uthi wayekhulelwe amawele kodwa wagcina ehambe nengane eyodwa yentombazane emva kokuthi udokotela ethe akayiboni ingane yesibili ngesikhathi emtetisa e-theatre. Sikhulumile noMnyango weZempilo eKZN bathi basaphenya. Sizophinde sikhulume nommeli ozosicebisa ngemigudu engathathwa izivakasheli zethu.

0:00 28:12

No transcript for this episode yet

We transcribe on demand. Request one and we'll notify you when it's ready — usually under 10 minutes.

No similar episodes found.

Frequently Asked Questions

How long is this episode of Ukhozi Breakfast?

This episode is 28 minutes long.

When was this Ukhozi Breakfast episode published?

This episode was published on February 18, 2025.

Can I download this Ukhozi Breakfast episode?

Yes. Use the download control on the episode player to save the publisher-provided media file.
URL copied to clipboard!