Skip to content
#Ezwenisakhile :sikhuluma ngodaba olubandakanya ukukhulisa umtwana okungasiye owakho. Lokhu kulandela isimo esithinta uJabulisile Manzi wase Lamontville eThekwini ofisa ukwazisa lowo ozazi njengobaba womntwana ukuthi ingane akuyona eyakhe. U-Jabulisile wathola lomntwana eneminyaka engu 14 ethandana nabantu ababili ngesikhathi esisodwa nokwaholela ekutheni anike ingane ubaba okungasiyena. Lomntwana womfana useneminyaka engu 21 kanti wakhuliswa abazali balobaba owathweswa ijazi. U-Jabulisile uthi inkinga iqale uma umntwana esebonisa izimpawu zokungalawuleki nokwagcina enqume ukuthi aye kumuntu ohlolayo owamtshela ukuthi ingane isekhaya okungelona. U-Baba wangempela womntwana useyazi ngaloludaba emva kwemiphumela ye DNA, uJabulisile usesele nokwazisa lowo owakhulisa umntwana. episode artwork

EPISODE · Mar 4, 2025 · 17 MIN

#Ezwenisakhile :sikhuluma ngodaba olubandakanya ukukhulisa umtwana okungasiye owakho. Lokhu kulandela isimo esithinta uJabulisile Manzi wase Lamontville eThekwini ofisa ukwazisa lowo ozazi njengobaba womntwana ukuthi ingane akuyona eyakhe. U-Jabulisile wathola lomntwana eneminyaka engu 14 ethandana nabantu ababili ngesikhathi esisodwa nokwaholela ekutheni anike ingane ubaba okungasiyena. Lomntwana womfana useneminyaka engu 21 kanti wakhuliswa abazali balobaba owathweswa ijazi. U-Jabulisile uthi inkinga iqale uma umntwana esebonisa izimpawu zokungalawuleki nokwagcina enqume ukuthi aye kumuntu ohlolayo owamtshela ukuthi ingane isekhaya okungelona. U-Baba wangempela womntwana useyazi ngaloludaba emva kwemiphumela ye DNA, uJabulisile usesele nokwazisa lowo owakhulisa umntwana.

from Ukhozi Breakfast · host ukhozi fm

sikhuluma ngodaba olubandakanya ukukhulisa umtwana okungasiye owakho. Lokhu kulandela isimo esithinta uJabulisile Manzi wase Lamontville eThekwini ofisa ukwazisa lowo ozazi njengobaba womntwana ukuthi ingane akuyona eyakhe. U-Jabulisile wathola lomntwana eneminyaka engu 14 ethandana nabantu ababili ngesikhathi esisodwa nokwaholela ekutheni anike ingane ubaba okungasiyena. Lomntwana womfana useneminyaka engu 21 kanti wakhuliswa abazali balobaba owathweswa ijazi. U-Jabulisile uthi inkinga iqale uma umntwana esebonisa izimpawu zokungalawuleki nokwagcina enqume ukuthi aye kumuntu ohlolayo owamtshela ukuthi ingane isekhaya okungelona. U-Baba wangempela womntwana useyazi ngaloludaba emva kwemiphumela ye DNA, uJabulisile usesele nokwazisa lowo owakhulisa umntwana.

Episode metadata supplied by the publisher feed · Published Mar 4, 2025

Embed this episode

Ready to play

#Ezwenisakhile :sikhuluma ngodaba olubandakanya ukukhulisa umtwana okungasiye owakho. Lokhu kulandela isimo esithinta uJabulisile Manzi wase Lamontville eThekwini ofisa ukwazisa lowo ozazi njengobaba womntwana ukuthi ingane akuyona eyakhe. U-Jabulisile wathola lomntwana eneminyaka engu 14 ethandana nabantu ababili ngesikhathi esisodwa nokwaholela ekutheni anike ingane ubaba okungasiyena. Lomntwana womfana useneminyaka engu 21 kanti wakhuliswa abazali balobaba owathweswa ijazi. U-Jabulisile uthi inkinga iqale uma umntwana esebonisa izimpawu zokungalawuleki nokwagcina enqume ukuthi aye kumuntu ohlolayo owamtshela ukuthi ingane isekhaya okungelona. U-Baba wangempela womntwana useyazi ngaloludaba emva kwemiphumela ye DNA, uJabulisile usesele nokwazisa lowo owakhulisa umntwana.

0:00 17:58

No transcript for this episode yet

We transcribe on demand. Request one and we'll notify you when it's ready — usually under 10 minutes.

No similar episodes found.

Frequently Asked Questions

How long is this episode of Ukhozi Breakfast?

This episode is 17 minutes long.

When was this Ukhozi Breakfast episode published?

This episode was published on March 4, 2025.

Can I download this Ukhozi Breakfast episode?

Yes. Use the download control on the episode player to save the publisher-provided media file.
URL copied to clipboard!