Skip to content
#Ezwesakhile :Buyi Zulu oneminyaka engu 33 uthungatha imoto yakhe ekhonjwa ezweni lase Swatini emuva kokuthi ubaba wezingane zakhe ebambise ngayo kade eboleke u-R17, 500. U-Buyi ongowaKwaDukuza eKZN uthi wathenga imoto ngo 2021 ngenhloso yokulekela ubaba wezingane ukuthi akwazi ukusebenza kepha ngo June kulonyaka ubaba wezingane wanyamalala nemoto waze watholakala emuva kwamasonto ngaphandle kwayo. Ngokuhamba kwesikhathi kwatholakala ukuthi imoto ise Mpangeni nalapho kusolakala ukuthi ubaba wezingane wayebambise ngayo emuva kokuboleka imali. U-Buyi kanye no baba wezingane sebe buya naseMbabane eSwatini nalapho batshelwa khona ukuthi imoto yathengwa ngo R60, 000 ngaphambi kokuthi iwele umngcele. U-Buyi uthi lemoto ewuhlobo lwe bakkie ibiza u-R380, 000. Loludaba luphambi kwamaphoyisa ase Swatini kanye nawase Ningizimu Afrika. episode artwork

EPISODE · Nov 26, 2024 · 17 MIN

#Ezwesakhile :Buyi Zulu oneminyaka engu 33 uthungatha imoto yakhe ekhonjwa ezweni lase Swatini emuva kokuthi ubaba wezingane zakhe ebambise ngayo kade eboleke u-R17, 500. U-Buyi ongowaKwaDukuza eKZN uthi wathenga imoto ngo 2021 ngenhloso yokulekela ubaba wezingane ukuthi akwazi ukusebenza kepha ngo June kulonyaka ubaba wezingane wanyamalala nemoto waze watholakala emuva kwamasonto ngaphandle kwayo. Ngokuhamba kwesikhathi kwatholakala ukuthi imoto ise Mpangeni nalapho kusolakala ukuthi ubaba wezingane wayebambise ngayo emuva kokuboleka imali. U-Buyi kanye no baba wezingane sebe buya naseMbabane eSwatini nalapho batshelwa khona ukuthi imoto yathengwa ngo R60, 000 ngaphambi kokuthi iwele umngcele. U-Buyi uthi lemoto ewuhlobo lwe bakkie ibiza u-R380, 000. Loludaba luphambi kwamaphoyisa ase Swatini kanye nawase Ningizimu Afrika.

from Ukhozi Breakfast · host ukhozi fm

Episode metadata supplied by the publisher feed · Published Nov 26, 2024

Embed this episode

Ready to play

#Ezwesakhile :Buyi Zulu oneminyaka engu 33 uthungatha imoto yakhe ekhonjwa ezweni lase Swatini emuva kokuthi ubaba wezingane zakhe ebambise ngayo kade eboleke u-R17, 500. U-Buyi ongowaKwaDukuza eKZN uthi wathenga imoto ngo 2021 ngenhloso yokulekela ubaba wezingane ukuthi akwazi ukusebenza kepha ngo June kulonyaka ubaba wezingane wanyamalala nemoto waze watholakala emuva kwamasonto ngaphandle kwayo. Ngokuhamba kwesikhathi kwatholakala ukuthi imoto ise Mpangeni nalapho kusolakala ukuthi ubaba wezingane wayebambise ngayo emuva kokuboleka imali. U-Buyi kanye no baba wezingane sebe buya naseMbabane eSwatini nalapho batshelwa khona ukuthi imoto yathengwa ngo R60, 000 ngaphambi kokuthi iwele umngcele. U-Buyi uthi lemoto ewuhlobo lwe bakkie ibiza u-R380, 000. Loludaba luphambi kwamaphoyisa ase Swatini kanye nawase Ningizimu Afrika.

0:00 17:10

No transcript for this episode yet

We transcribe on demand. Request one and we'll notify you when it's ready — usually under 10 minutes.

No similar episodes found.

Frequently Asked Questions

How long is this episode of Ukhozi Breakfast?

This episode is 17 minutes long.

When was this Ukhozi Breakfast episode published?

This episode was published on November 26, 2024.

Can I download this Ukhozi Breakfast episode?

Yes. Use the download control on the episode player to save the publisher-provided media file.
URL copied to clipboard!