#Jabulu Jule - Notha uJule ngezamabhizinisi (Repo Rate) - 01 June 2026 episode artwork

EPISODE · Jun 1, 2026 · 21 MIN

#Jabulu Jule - Notha uJule ngezamabhizinisi (Repo Rate) - 01 June 2026

from Jabulujule 9 -12 · host ukhozi fm

Sino Mpumelelo Zikalala from Zikalala Attorneys, unguzomabhizini aphinde abe umhlaziyi wezomthetho.  sikhuluma Repo Rate, okuyizinga lenzalo elibekwa yi South African Reserve Bank eyaziwa ngokuthi iBhange Elikhulu laseNingizimu Afrika. Leli bhange liyisikhungo esinomsebenzi wokuphatha nokuvikela uhlelo lwezimali lwezwe futhi iyona ephethe ukukhishwa kwemali yaseNingizimu Afrika, okuyi currency yeRandi. Uma I repo rate inyuka, ukuboleka imali kubiza kakhulu njengoba amabhange enyusa inzalo yawo. Lokhu kungaholela ekutheni abantu banciphise indlela abasebenzisa ngayo imali. Kodwa uma i-repo rate yehliswa, ukuboleka kuba lula futhi kushibhe, okungakhuthaza abantu namabhizinisi ukuthi batshale imali. I Repo Rate iyithuluzi elisetshenziswa yi Reserve Bank ukulawula ukwenyuka kwamanani ezimpahla nezinsiza nokugcina umnotho wezwe uzinzile.

Episode metadata supplied by the publisher feed · Published Jun 1, 2026

Embed this episode

NOW PLAYING

#Jabulu Jule - Notha uJule ngezamabhizinisi (Repo Rate) - 01 June 2026

0:00 21:22

No transcript for this episode yet

We transcribe on demand. Request one and we'll notify you when it's ready — usually under 10 minutes.

No similar episodes found.

No similar podcasts found.

Frequently Asked Questions

How long is this episode of Jabulujule 9 -12?

This episode is 21 minutes long.

When was this Jabulujule 9 -12 episode published?

This episode was published on June 1, 2026.

Can I download this Jabulujule 9 -12 episode?

Yes. Use the download control on the episode player to save the publisher-provided media file.
URL copied to clipboard!