#Jabulujule _ Tea Time no Lady D - Sikhuluma nowesilisa onenkinga noMama wengane yakhe. Umama wengane akafuni ukuthi lowesilisa ayibone ingane futhi  ingane yazi ukuthi ubaba wayo. episode artwork

EPISODE · May 6, 2025 · 16 MIN

#Jabulujule _ Tea Time no Lady D - Sikhuluma nowesilisa onenkinga noMama wengane yakhe. Umama wengane akafuni ukuthi lowesilisa ayibone ingane futhi ingane yazi ukuthi ubaba wayo.

from Jabulujule 9 -12 · host ukhozi fm

Ngibingelele Kuwena Mam Khoza nakumlaleli womsakazo UKHOZI FM, ingama lami ngingu Jabulani wakwa Masikane, ngingumshayeli wetekisi ngineminyaka engamashumi amathathu nesithupha (36 years) , ngidabuka endaweni yase Nquthu Ezicole, ngathandana nowesifazane wakwa Dabhazi, ngonyaka  ka 2014, ingane wayithola ngonyaka ka 2015, lona wesifazane wathola omunye wesilisa bathandana kanti mina wasengixoxele ukuthi sengimkhulelisile kuthe engathola umntwana wathi angeke anginike lomntwana mina ngingu lopholo.Ngonyaka ka 2020 umngani wakhe oyedwa wangakubo wangifakela isithombe sengane wathi isono lesi lengane eyekho alivele inqiniso ngazama ukufonela yena lo wangixhapha ngezinhlamba ngathinta indonda yakhe ngayifakela izithombe zami nesengane yabuya Kimi nge voice yathi Cha mfowethu ngiyabona mina nezithombe ngiyazibona, lendoda ayina nkinga nanokuthi siye engazini inkinga la ilomama ozala lengane akafuni nakungibona kodwa asixabananga ngibona ukuthi ubamba indoda yakhe ngengane akezwa lutho nje. Mina ngizokhokha izindleko zolibo fuzo uma evuma ukuthi sibone ngegazi kodwa yena uyalazi iqiniso ukuthi eyami.Ngimile nje lapho , ngicela nje nisixhumanise Mam Khoza, ningincengele yena lona wesifazane.

Episode metadata supplied by the publisher feed · Published May 6, 2025

Embed this episode

Ready to play

#Jabulujule _ Tea Time no Lady D - Sikhuluma nowesilisa onenkinga noMama wengane yakhe. Umama wengane akafuni ukuthi lowesilisa ayibone ingane futhi ingane yazi ukuthi ubaba wayo.

0:00 16:23

No transcript for this episode yet

We transcribe on demand. Request one and we'll notify you when it's ready — usually under 10 minutes.

No similar episodes found.

Frequently Asked Questions

How long is this episode of Jabulujule 9 -12?

This episode is 16 minutes long.

When was this Jabulujule 9 -12 episode published?

This episode was published on May 6, 2025.

Can I download this Jabulujule 9 -12 episode?

Yes. Use the download control on the episode player to save the publisher-provided media file.
URL copied to clipboard!