#Jabulujule - Tea Time no Lady D 02 October episode artwork

EPISODE · Oct 2, 2023 · 20 MIN

#Jabulujule - Tea Time no Lady D 02 October

from Jabulujule 9 -12 · host ukhozi fm

Ngiyanibingelela Lady D nethimba lakhongowesifazane oneminyaka engu 28 kunento engifisa ukuyikhuluma eyimfihloesekuphele iminyaka ngiyifihlile , into engingakaze ngayitshela muntungiyathemba ukuthi hlampe ngizozizwa kangcono uma sengixoxe ngayokhona laNgisakhula ngina 16 years ngangino mngani silingana mina naye sizwana njekakhulu , shuthi ke kwathi ngomunye nje ulwesihlanu umngani angicele ukuthingihambe naye ngawo ulwesihlanu ebusuku ngoba khona isoka alitholilemanje lifuna ukumkhipha ngakho ucela mina ukuthi ngihambe nabo ngobawayengakamazi kahle lomfana wathi uma ngikhona mina uzophepha,ngivume ke nami nangempela ebusuku ngeqe ekhaya naye enze ngokunjaloasilande umfana wasiyisa endaweni yokucisha ukoma, kwathi kemakuqhubeka ubusuku umngani angitshele ukuthi uzohamba naye umfanamina bazongiyisa ekhaya nangempela kwenzeke njaloNgakusasa ekuseni ekhaya kufike abazali bamngani bezombuza ukuthiukephi ngoba kuvukwe ekuseni engekho ngimphike ngithi angimazingizitshela ukuthi ushawe iskhathi usazobuya uma kuhamba usuku, kwazekwafakwa namaphoyisa bemfuna nakhona futhi ngasaba ukusho ukuthingimgcine nini futhi besiyephi ngicabanga nje ukuthi ekhaya bazothini umabethola ukuthi nami ngihamba indlela zasebusuku, watholakala umnganihlampe emuva kwama viki amabili eseshonile , wabulawa ngoba watholakalaenemanxeba okugwazwa ehlathini.Emva kwaleso sgameko ngathatha isinqumo sokuthi ngeke ngilikhulumeiqiniso ngoba ngase ngibona sengathi sesiside iskhathi ngithule, ngizitshelaukuthi hlampe ngizoboshwa kuthiwa bengithuleleni nolwazi olungaka ngathulakanjalo ke ngangasho ukuthi kwenzekani ngosuku engagcina ngaloukumbonangiyafisa engabe iskhathi siyabuyiseleka emuva ngilungise ngikhulumehlampe ukube ngakhuluma ngesikhathi babezokwazi ukumthola esaphilanoma okungenani bathole umuntu owenza lento ebuhlungu kanje kuyenangoba akukaze kuboshwe muntu ngokubulawa kwakhe, angiphindanga futhingambona noma ngahlangana naye loya mfana agcina ehambe naye,sekuphele iminyaka engu 11 lento yenzeka kodwa namanje angikutholiukuthula emoyeni wami, alukho usuku oludlula ngingazisolanga ngesinqumosamiBenginibhalela ukukhipha nje okuse nhliziweni yami ngoba angiboni ukuthiikhona into engingayenza ukulungisa yonke lentoNgicela ningifihle , ngibonge nangethuba.

NOW PLAYING

#Jabulujule - Tea Time no Lady D 02 October

0:00 20:22

No transcript for this episode yet

We transcribe on demand. Request one and we'll notify you when it's ready — usually under 10 minutes.

The Course Mentors Podcast The Course Mentors Hey there, future course creator!Ever feel like turning your know-how into an online course is like trying to solve a Rubik's cube blindfolded? Well, grab your headphones because "The Course Mentors Podcast" is here to be your secret weapon!Meet Aimee and Odette (that's us!), your new best friends in the course creation world. We've been in the trenches for over a decade, and for the last five years, we've been rocking the online course space. Now we're here to spill all our secrets in bite-sized, 15-20 minute episodes that'll fit perfectly in your coffee breaks.No fluff, no filler - just real, actionable advice that'll take you from "um, what's a landing page?" to "holy moly, I just hit six figures!". We're talking everything from crafting your course to marketing it like a pro and building a business that'll have you pinching yourself.Whether you're dreaming of ditching the 9-to-5 grind, adding a sweet extra income str Tweens and Dreams Anna B 💕 Hi! I’m Anna, a 12 year old in seventh grade! I’m a theater kid! (HAMILTON IS GOD!!) I post about a variety of things; some of these things include journaling, TV shows/movies, music, shopping, theater, books, etc. If you have any episode requests please comment and I will do my best to do them! If you have any movie, TV show, book, or music recommendations I would love to hear them so please comment!! I’m always looking for more TV shows, movies, books, and music artists to watch/read/listen to! But anyways, I hope you enjoy listening 💕💕 Song Against Songs, The by G. K. Chesterton (1874 - 1936) LibriVox LibriVox volunteers bring you 9 recordings of The Song Against Songs by G. K. Chesterton. This was the Fortnightly Poetry project for October 16, 2011.Chesterton was a large man, standing 6 feet 4 inches (1.93 m) and weighing around 21 stone (130 kg; 290 lb). His girth gave rise to a famous anecdote. During World War I a lady in London asked why he was not 'out at the Front'; he replied, 'If you go round to the side, you will see that I am.' On another occasion he remarked to his friend George Bernard Shaw: "To look at you, anyone would think a famine had struck England". Shaw retorted, "To look at you, anyone would think you have caused it". P. G. Wodehouse once described a very loud crash as "a sound like Chesterton falling onto a sheet of tin."( Summary from Wikipedia ) HealthCall LIVE WOWO / Federated Media HealthCall LIVE with Lee Kelso is a summary of the weeks most interesting and useful health and medical news. Lee Kelso is a veteran TV news anchor, radio journalist and host of viewer-driven, health-focused TV and online broadcasts. Each week, he brings you a series of interesting health news headlines and medical breakthroughs collected from professional journals and research projects around the world. You can also listen to HealthCall LIVE at 7am Tuesday mornings and 9-10am Saturday mornings on News/Talk 1190 WOWO 107.5 FM in Fort Wayne.

Frequently Asked Questions

How long is this episode of Jabulujule 9 -12?

This episode is 20 minutes long.

When was this Jabulujule 9 -12 episode published?

This episode was published on October 2, 2023.

What is this episode about?

Ngiyanibingelela Lady D nethimba lakhongowesifazane oneminyaka engu 28 kunento engifisa ukuyikhuluma eyimfihloesekuphele iminyaka ngiyifihlile , into engingakaze ngayitshela muntungiyathemba ukuthi hlampe ngizozizwa kangcono uma sengixoxe ngayokhona...

Can I download this Jabulujule 9 -12 episode?

Yes, you can download this episode by clicking the download button on the episode player, or subscribe to the podcast in your preferred podcast app for automatic downloads.
URL copied to clipboard!