#Jabulujule - Tea Time no Lady D 1 April 2024 episode artwork

EPISODE · Apr 1, 2024 · 11 MIN

#Jabulujule - Tea Time no Lady D 1 April 2024

from Jabulujule 9 -12 · host ukhozi fm

Ngiyabingelela Makhoza nethimba lakho, Ngicelaungifihle kulenkinga engibhekene nayo engidla nsuku zonke ngingatholiukwelapheka Mamkhoza ngicela ukuqala ngokuba ngizisole mina ngoba kuze kufike laphauqobo lwami engahlulwa isimilo nokwenza ngazithola ngisenkingeni Ngingowesilisa oneminyaka engu 34 ngingene othandweni nowesifazaneesithi masilingane naye , bekukuhle othandweni lwethu lo wesifazanengimfice enengane eyodwa eneminyaka emihlanu (5yrs) ingane yakhe Lenaibingikhonzile kakhulu futhi isikwazi nokwenza I video call ixoxe nami Kuthe ngisothandweni nalona wesifazane ebengijabule ngaye naye ejabulengami saxoxa ngahamba ngavela kubo bangamukela kwakuhle ngakhokhaengakukhokha ngenhloso yokuqhubeka, ngenxa yebanga nokuqhelelana   ngamatoha ngibe sengizithola ngilingeka ngaba sothandweni nomunyewesifazane owabe eseduze nalapho ngihlala khona. Ngelinye ilanga intombi yami lena engayovela nasekhaya kubo wavelewakhetha uzoa engashongo lapho engihalal khona nokwathi wafikawangithola nginomunye lo walapha eduze endlini, eyi ngazisola kakhulukwamlimaza umuntu wami lokho kwaya kwaya kwavele ukuthi umuntu wamilo engaziwa kubo uzethwele, ngaleso sikhathi ngazisola ngaxolisa kumuntuwami kwaba sengathi uyamukela isixoliso sami Kuthe Uma esethola umtwana lo ongowami ngaya ngambonakwakuhle,emveni kwalokho wabe esengitshela ukuthi empeleni yenauyahluleka ukumelelana nalento engayenza ngiphinde ngixolise ngizithobengizame konke ukumkhombisa ukuthi ngangilingekile Cha akangakuzwalokho. Ube esengitshela ukuthi kusuka manje akasathandi ukuba ngizobona inganeyami ngoba le engamfica nayo iyaphazamiseka emqondweni ilokhu ithi babaKimi kanti yena akasekho kulokho akasafuni ukuthi ingibize ngoBaba, kwabanzima kodwa ngamukela ngase ngicela ukuthi okungenani Ade engazisangomtwana ocingweni ngoba usemncane, kwaba ngathi uyavuma kwadlulaizinsukwana wangitshela ukuthi ngeke yena akumele ukuthi ngihlale ngibuzangengane okuncono angilinde akhule akwazi ukuzikhulumela ngobesengixhumana naye .. kwabanzima kakhulu Ngicela abalaleli bangeluleke ukuthi kwenziwa njani Uma kunjena kumanjeangazi kwakuthi unjani umtwana ngoba nasezincingweni sengiblockiwe nakwiwhatsapp  ngibuhlungu ngoba ngiyafisa ukwazi ngomtwana ,yebongonile Mam Khoza ngiyazi kodwa manje ungivale ukuthi ngibone nayoingane, akasangazisi nookuthi ingane injani, imali yokuthi akwazi ukuthiayinakekele ingane ngiyayithumel akodwa mina nagivumelekile ukuthi ngizwe ukuthi ingane yami injani.NGIYABONGA Ongathandanga ukudalulwa

Episode metadata supplied by the publisher feed · Published Apr 1, 2024

Embed this episode

NOW PLAYING

#Jabulujule - Tea Time no Lady D 1 April 2024

0:00 11:28

No transcript for this episode yet

We transcribe on demand. Request one and we'll notify you when it's ready — usually under 10 minutes.

No similar episodes found.

No similar podcasts found.

Frequently Asked Questions

How long is this episode of Jabulujule 9 -12?

This episode is 11 minutes long.

When was this Jabulujule 9 -12 episode published?

This episode was published on April 1, 2024.

Can I download this Jabulujule 9 -12 episode?

Yes. Use the download control on the episode player to save the publisher-provided media file.
URL copied to clipboard!