#Jabulujule - Tea Time no Lady D 10 November 2025 episode artwork

EPISODE · Nov 10, 2025 · 29 MIN

#Jabulujule - Tea Time no Lady D 10 November 2025

from Jabulujule 9 -12 · host ukhozi fm

Ngiyabingelela Mam Dudu ngibingelele nakumlaleli woKHOZI FM.Udaba lwethu luthanda ukuba lude futhi lunzima, uma kufika lesikhathi sika December okuyisona sikhathi somndeni, uma ngicabanga udaba lomndeni kuvele kuvuka ubuhlungu kumina kakhulu. Lude loludaba Mam KHOZA kodwa ngizokha phezulu, ngonyaka odlule kwadlula umfowethu ngendlela esingayiqondi, asazanga imbangela yokufa kwakhe ngoba lona owayesesibhedlela naye okungu mamncane wethu akakhulumanga noam asinikeze ingcazelo noma umbiko oqondile kuningi abekusho.   Inkinga ebinzima kakhulu ngomfowethu ubengenayo ifuneral cover , okwaphoqa ukuthi kwenziwe izikweletu kuhlanganiswe ukuze simfihle. Emva komgcwabo sibese sesithola ukuthi umamncane yena ube mkhavile futhi wazithola izimali ngokushona kwakhe thina asazi cisho ishumi kuleyo mali.Ngiyacabanga ukuthi lokhu kuzoba yisifundo nakwabanye abantu abasha, ukuthi uam uqala ukusebenza ungacabangi ukuthi ukufa okwabantu asebekhulile ngoba impilo asiyazi iyosibeka phi, kubalulekile ukuna ne funeral cover noma incane kangakanani imali oyikhokhayo. Lokhu kusiza labo abasele ngemuva ukuthi bangabi nenkinga yokuthi uzofihlwa ngani.Ngiyacela ukuthi abalaleli beseluleke ngokuthi makungenzeka kuzamwe indlela umama angasizakala ngayo, noma ngabe athole ukwelulekwa ngokomqondo, uma mhlampe angezwa wena Mam Khoza umbonise ukuthi impilo ayipheli lapho, usengaphila ,ngingajabula kakhulu Mam Khoza uma ungangikhulumela naye umama akukho okutheni ,abanye abantu bafisa nje ukukhuluma nawe Mam Khoza ngoba ubanikeza ithemba ngempilo

Episode metadata supplied by the publisher feed · Published Nov 10, 2025

Embed this episode

NOW PLAYING

#Jabulujule - Tea Time no Lady D 10 November 2025

0:00 29:10

No transcript for this episode yet

We transcribe on demand. Request one and we'll notify you when it's ready — usually under 10 minutes.

No similar episodes found.

No similar podcasts found.

Frequently Asked Questions

How long is this episode of Jabulujule 9 -12?

This episode is 29 minutes long.

When was this Jabulujule 9 -12 episode published?

This episode was published on November 10, 2025.

Can I download this Jabulujule 9 -12 episode?

Yes. Use the download control on the episode player to save the publisher-provided media file.
URL copied to clipboard!