EPISODE · May 11, 2026 · 7 MIN
#JabuluJule - Tea Time no Lady D - 11 May 2026
from Jabulujule 9 -12 · host ukhozi fm
Ngiyabingelela Lady D nabalaleli noKhozi. Ngicela ukuba u Anonymous ngenxa yokusabela impilo yami. Lendaba inde kodwa ngizozama ukuyifinqa, Mam Dudu sinekhaya eliyindlu yomxhaso esayishiyelwa abazali bethu. Yila senzela khona yonke into njengokushisa impepho, makunoomsebenzi sihlangana khona, nangamaholide sisuke sihleli khona ngoba Ilona ikhaya esinalo.
NOW PLAYING
#JabuluJule - Tea Time no Lady D - 11 May 2026
No transcript for this episode yet
Similar Episodes
Feb 4, 2026 ·18m