#Jabulujule - Tea Time no Lady d 11 October episode artwork

EPISODE · Oct 11, 2023 · 19 MIN

#Jabulujule - Tea Time no Lady d 11 October

from Jabulujule 9 -12 · host ukhozi fm

Sawubona MamKhoza nabalaleli bomsakazo uKHOZIFM:Ngicela ningisize ngingowesilisa onenkinga.Inkinga yami iqala lana , ngonyaka ka-1998 ngithandane nowesifazaneebengimuthanda ngenhliziyo yami yonke, kubo bekusendaweni yase-Harmmasdalekanti nami bengihlala kuyona lendawo futhi ngisebenzela khona,akubanga isikhathieside sithandene ngabe sengithumela omalume kubo ukuba bayovela bacele isihloboesihle.emva kokuba ngivelile kubo ube esengibikela ukuthi ukhulelwe kantinezimpawu zokukhulelwa zabe sezibonakala impela.Kusekuhle kunjalo ngimbhadame oqotsheni kubo nowesilisa owayekhulile kakhulukunami ngokweminyaka nokwenza sixabane nomuntu wami bachithekabugayiwe.kwaba ukuhlukana kwethu nami ngabika udaba ekhaya njengobalunjalo.abasekhweni lami bacela kufike abakhongi ukuze kuxoxiswane ngesimokuzanywe isixazululo kumbe indlela eya phambili.Ingqinamba yaba ngasohlangothini lwami kwazise abakhongi abafunanga ukuyakhona njengoba kwasekuqaleni babengahambisani nokuthi ngithandwe elokishinizikhona izintombi zasendaweni ngokombono wabo,ngakho-ke konke kwasalakulenga nje kanjalo.ngenkathi ngilandelela ngathola ukuthi umakoti wami uhambenayo indodamphini engamubhadama nayo wayohlala nayo.njengoba sengikhulileiyabuya lento yokuthi ngahlukana nomuntu owayekhulelwe futhi ethi ukhulelweingane yami.sebathutha kubo kwalentombazane engikhuluma ngayo angibazibashonaphi,yona ke vele ibingasahlali nabo isiyahlala kuyo lendoda engababhadamanayo.Ngihlushwa unembeza wokuthi hleze ngempela ingane kwabe kungeyami.ngifisaukwazi kungabe yazalwa yakhula nokuthi kungabe isaphila na?anginazoizimpendulo.kungenzeka ngizitshele ukuthi ngangigqokiswa ijazi kanti ilendodaeyagqokiswa ijazi. Mangingaxhumana nalengane kungaphoqa ukuthi kwenziweulibofuzo. Ngicela ningilekelele kungabe kufanele ngenzenjani ukuze ngitholeukuthula emoyeni wami?Anonymous.

Episode metadata supplied by the publisher feed · Published Oct 11, 2023

Embed this episode

NOW PLAYING

#Jabulujule - Tea Time no Lady d 11 October

0:00 19:12

No transcript for this episode yet

We transcribe on demand. Request one and we'll notify you when it's ready — usually under 10 minutes.

No similar episodes found.

No similar podcasts found.

Frequently Asked Questions

How long is this episode of Jabulujule 9 -12?

This episode is 19 minutes long.

When was this Jabulujule 9 -12 episode published?

This episode was published on October 11, 2023.

Can I download this Jabulujule 9 -12 episode?

Yes. Use the download control on the episode player to save the publisher-provided media file.
URL copied to clipboard!