#JabuluJule - Tea Time no Lady D -14 April 2026 episode artwork

EPISODE · Apr 14, 2026 · 21 MIN

#JabuluJule - Tea Time no Lady D -14 April 2026

from Jabulujule 9 -12 · host ukhozi fm

Ngicela ungifihle, ngashada ngimncane ngisebenza kahle ngiziphethe kahle. Ngangena emshadweni ngingenangane, ngashada nendoda enezingane eziyisihlanu kodwa yayingifihlele ngazo ngathola siqeda ukushada. Umyeni wami wayebamba eyeka ngemisebenzi yama tender, kuyimi omise ikhaya ngezidingo zanyanga zonke yena engafaki ngisho isenti elimnyama. Bengizama ukubekezela, ngaqhubeka ngamthanda futhi 5 min ngimhlonipha noma engangitshengisi thando kimi, ngibekezele ngisho engishiya ngedwa sengikhulelwe ahambe amasonto engabuyi ekhaya kodwa ngahlala ngoba ngimthanda. Usevele wavuka nencane intombazane wangishiya kanjalo nengane wayokipita. Kubuhlungu mam Khoza angazi ngokuthi ngizenze njani ngoba iminyaka ewu 23 akuyona into encane, ngicabanga indlela ebengizinikele ngayo kulomshado, bengiphilela uku impresa umyeni ngimthanda ngaphezu kokuzithanda mina kodwa usevele wangishiya kanjalo. Kubuhlungu ngikhala ngizithulise, njalo ngivuka umcamelo umanzi ngoba lomuntu ubeyikho konke kimi kwazise angisenabo nabazali …    GUEST - Mgabe Magabaza, Marriage & Relationship expert and a Therapist

Episode metadata supplied by the publisher feed · Published Apr 14, 2026

Embed this episode

NOW PLAYING

#JabuluJule - Tea Time no Lady D -14 April 2026

0:00 21:32

No transcript for this episode yet

We transcribe on demand. Request one and we'll notify you when it's ready — usually under 10 minutes.

No similar episodes found.

No similar podcasts found.

Frequently Asked Questions

How long is this episode of Jabulujule 9 -12?

This episode is 21 minutes long.

When was this Jabulujule 9 -12 episode published?

This episode was published on April 14, 2026.

Can I download this Jabulujule 9 -12 episode?

Yes. Use the download control on the episode player to save the publisher-provided media file.
URL copied to clipboard!