#Jabulujule - Tea Time no Lady D 14 January 2026 episode artwork

EPISODE · Jan 14, 2026 · 17 MIN

#Jabulujule - Tea Time no Lady D 14 January 2026

from Jabulujule 9 -12 · host ukhozi fm

Ngibingelele kuwena Mam Lady-D nakumlaleli womsakazo UKHOZI FM, ngesonto eledlule ubaba uVVO Mkhize wakhuluma ngezibusiso ezivela kumzali, nokuthi impumelelo sikhanyiselwa yibo abazali njengoba kuqala unyaka nje. Mam Khoza angiphikisi lutho kule nkulumo kodwa esimweni lapho umzali engakufiseli okuhle, kwenziwa njani? Isintu sihamba sifike kuphi kubazali ekuthi noma izingane zabo zizama kanjani kodwa kungabi khona ukubonga nokuzifisela okuhle? Engathi uma uphumelela ungangemdluli yena.   Abazali bethu bayasilimaza kakhulu kanti lolo hlangothi alinakisiswa kahle. Mina sengamukela ukuthi akukho engiyokwenzela umzali wami akujabulele, noma kuncane, noma kukhulu. Uyohlezi egxeka, ekhuluma amazwi amabi. Ngifisa amandla okuphuma ekhaya ukuze umoya wami ukhululeke. Uyakwazi yini ukungafiselwa lutho oluhle umuntu okuzalayo uze ucabange ukuthi uyena ovale iziznto zakho, lomuntu ngathi akafuni ukuk’bona uphumelela, ushadelwa noma uba nemali eningi..uma kwenzeka uba nazo lezinto ngathi zingatholwa nguye yedwa, hayi abanye abantu abaseduze kwakho, okusho ukuthi uhlezi enovalo lokuthi uzokhula umshiye…ngathi uphila impilo oweyifisa angazange afinyelele kuyona. Ithiwani into enjalo Mam Khoza , ngiyacabanga kodwa ukuthi angikho ngedwa kulento engikhuluma ngayo.

Episode metadata supplied by the publisher feed · Published Jan 14, 2026

Embed this episode

NOW PLAYING

#Jabulujule - Tea Time no Lady D 14 January 2026

0:00 17:32

No transcript for this episode yet

We transcribe on demand. Request one and we'll notify you when it's ready — usually under 10 minutes.

No similar episodes found.

No similar podcasts found.

Frequently Asked Questions

How long is this episode of Jabulujule 9 -12?

This episode is 17 minutes long.

When was this Jabulujule 9 -12 episode published?

This episode was published on January 14, 2026.

Can I download this Jabulujule 9 -12 episode?

Yes. Use the download control on the episode player to save the publisher-provided media file.
URL copied to clipboard!