#Jabulujule - Tea Time no Lady D 14 October 2025 episode artwork

EPISODE · Oct 14, 2025 · 20 MIN

#Jabulujule - Tea Time no Lady D 14 October 2025

from Jabulujule 9 -12 · host ukhozi fm

Ngiyabingelela kuwe Mam Dudu nethimbalakho nomlaleli woKHOZI FM.Ngibhala lesicelo ngo 01:58am ngixakekile Mam Dudu, ngiphaphama ngiphupha ngathi ngilelelnomuntu wesilisa, kuzwakala ngathi into eyenzeka ngempela angazi ngizochaza ngithini MamKhoza.Sekuyiminyaka kwenzeka loku Mam Dudu, kuza ngezindlela ezingafani, kwesinye isikhathingizwe ngicindezeleka kwesinye isikhathi ngizwe isitho sam' sangasese kungathi kunentoeyenzakalayo, loku kuphinde kwenzeke nase mini. Mam Khoza noma ngifuna usizo angilutholi,kwesinye isikhathi kuzothula okwesi khashane kubuye futhi.Kuningi Mam Khoza kungashona ilanga. Okunye kwenzeka ezinganeni zami. Ngicela usizo MamKhoza,ngicela ungibuzele kulabo ababonayo noma kumlaleli ukuthi lokhu ngabe kubangwa yini,kodwa ngibona ngathi kunemimoya engcolile kuyo yonke lento .Ngiyabonga Mam KhozangiseGoli ngokuhlala.Ngicela ukuba ngu anonymous.

Episode metadata supplied by the publisher feed · Published Oct 14, 2025

Embed this episode

NOW PLAYING

#Jabulujule - Tea Time no Lady D 14 October 2025

0:00 20:57

No transcript for this episode yet

We transcribe on demand. Request one and we'll notify you when it's ready — usually under 10 minutes.

No similar episodes found.

No similar podcasts found.

Frequently Asked Questions

How long is this episode of Jabulujule 9 -12?

This episode is 20 minutes long.

When was this Jabulujule 9 -12 episode published?

This episode was published on October 14, 2025.

Can I download this Jabulujule 9 -12 episode?

Yes. Use the download control on the episode player to save the publisher-provided media file.
URL copied to clipboard!