#Jabulujule - Tea Time no Lady D 16 November episode artwork

EPISODE · Nov 6, 2023 · 13 MIN

#Jabulujule - Tea Time no Lady D 16 November

from Jabulujule 9 -12 · host ukhozi fm

Ngibingelele Mam Khoza nabalaleli bomsakazo UKHOZI FM, ngicelaukuba u-anonymous udaba lami lumi kanje ngingowesifazane oneminyaka ewu 40 kushukuthi ngo2019 ngahlukana nobaba wabantwana bami abathathu kwathi 2020 ngathola omunye ubhuti wazibikawathi kimi naye unabantwana abathathu bomama oyedwa...Ngokuhamba kwesikhathi ngazitholela ngokwami ukuthi wayeqamba amanga zizalwa omamaabahlukene bobathu. Kanti angibuzanga elangeni ngisazothola ezinye ezintathu ngaphezulu kushukuthiseziwu 6 enye yesi 7 kune story eside ngayo nakhona azange angitshele ngazitholela ngokwaminakhona eqale wayiphika nomama abawu 7 ngathula angangambuza for 2 years ngisazitshela ukuthikushukuthi usalinde ukuthi athole isikhathi esiryt sokuthi angitshele, ngaphinda ngazitholela ngokwamiukuthi wayeqamba amanga nangalomsebenzi athi uyawenza nendawo asebenza kuyo usho ikhelielingekho.Akugcinanga lapho ngisamangazwe ilokho ngathola nokuthi udla ama ARV's akangitshelangangaqhubeka ngathula ngifuna ukumbona ukuthi ungumuntu onjani ikahlekahle ngathula futhi unyakasenginabo nobufakazi balokho sengazi ngisho idate yokuyolanda eclinic imishwanguzo, aqambeamanga kimi athi akayi emsebenzini uyaphumula ngimubuke nje ngoba ngabengazi ukuthiuyangikhohlisa..Kulonyaka sekungunyaka wesithathu ngambuza ngakhokonke lokhu waphika mam Dudu waphikaakangavuma ngisho okukodwa ngathi sengimkhombisa bonke ubufakazi bakho engangenza sho ngiyabuqoqa kwaba ima evuma yonke into wangibuza ukuthi ngikuthathaphi lokhu ngathiakubalulekile lokho..ngabe sengiya eclinic ngenhlanhla unkulunkulu unami ngathola ukuthi ngiNegative ngidla uprep ngabuya ngamkhombisa icard namaphilisi futhi ngiyawalanda inyanganenyanga.. enjalo nje akakwazi ukukhuluma nomuntu uvele akhulume noma ikanjani mangithingiyamtshela ukuthi indlela akhuluma ngayo nami angiyithandii ��athi ngifuna ukumphatha..Ngicela abalaleli bokhozi fm abangahlulwa yilutho bangibonise ukuthi into ekanje imiswa kanjaningoba angiliboni ikusasa la ngibona impilo yamanga kusuka ekuqalen ngicela ningilaphe ngixolisekakhulu ukuba mude.

Episode metadata supplied by the publisher feed · Published Nov 6, 2023

Embed this episode

NOW PLAYING

#Jabulujule - Tea Time no Lady D 16 November

0:00 13:51

No transcript for this episode yet

We transcribe on demand. Request one and we'll notify you when it's ready — usually under 10 minutes.

No similar episodes found.

No similar podcasts found.

Frequently Asked Questions

How long is this episode of Jabulujule 9 -12?

This episode is 13 minutes long.

When was this Jabulujule 9 -12 episode published?

This episode was published on November 6, 2023.

Can I download this Jabulujule 9 -12 episode?

Yes. Use the download control on the episode player to save the publisher-provided media file.
URL copied to clipboard!