#Jabulujule - Tea Time no Lady d episode artwork

EPISODE · Jan 22, 2025 · 20 MIN

#Jabulujule - Tea Time no Lady d

from Jabulujule 9 -12 · host ukhozi fm

Ngiyabingelela MAM KHOZA, Ngicela ukungazisho igama ngiyinsizwa eneminyaka engu 40 ngicelaningixazululela nantu udaba Ngo Ntulikazi wonyaka ophelile kwandlula umama osizalayoemhlabeni umama udlule emuva kokugula isikhashana umama wayethwasile waphothula wakhishwa kodwa ke azange aqhubeke nokusebenzisa ubungoma.Kumama sizinsizwa sibathathu KwaGobela kwazi umfwethu ophakathi Kuthe makudlula umamaemhlabeni umfwethu wathi akasawazi umuzi kagobela kamama wala noma sesithi sizozama ezinyeizindlela zokuyomfuna simazise ngokudlula kukama Umfwethu walanda isangoma sakhe sasegoliokwaba yiso esenza imkhuba yobungoma kumama engakhulumile Nathi njengabafowaboumfwethu akamdala njalo ngoba enza Zonke lezinto sathulake Mina nomfwethu omdala wafihlwaumama.Kuthe ngakusasa ebusuku umfwethu wathatha ihlahla likamama wayoligubhela egcekeni wathiusiko lwezangoma lolu njalo lokhu ubonisana nalesangoma sakhe sasegoli kwathiwa Umauthwasile usuke usuyiwele wathi masekwenziwa inhlanbuluko uzophinde amlande ngelinye ihlahlaesibhedlela kodwa sasimlandile mhla simlande emakhazeni.Manje ngihlushwa iphupho solokhu samufihla umama ngiphupha inkonzo yakhe yokumfihlamakungeyona inkonzo Kuba umlindelo wakhe umama,leliphupho libuya kabili noma kathathuenyangeni. Ekugcineni ngiphuphe kungumlindelo wakhe umama Mina bengimemeza egcekeningithi umfwethu nguye obulale umama benentombi yakhe.

Episode metadata supplied by the publisher feed · Published Jan 22, 2025

Embed this episode

NOW PLAYING

#Jabulujule - Tea Time no Lady d

0:00 20:12

No transcript for this episode yet

We transcribe on demand. Request one and we'll notify you when it's ready — usually under 10 minutes.

No similar episodes found.

No similar podcasts found.

Frequently Asked Questions

How long is this episode of Jabulujule 9 -12?

This episode is 20 minutes long.

When was this Jabulujule 9 -12 episode published?

This episode was published on January 22, 2025.

Can I download this Jabulujule 9 -12 episode?

Yes. Use the download control on the episode player to save the publisher-provided media file.
URL copied to clipboard!