#Jabulujule - Tea Time no Lady D 25 November 2025 episode artwork

EPISODE · Nov 25, 2025 · 23 MIN

#Jabulujule - Tea Time no Lady D 25 November 2025

from Jabulujule 9 -12 · host ukhozi fm

MAM Khoza ngiyabingelela ngicela ukungazisho igama ngingowesifazane oneminyaka engu 30 ngalotsholwa ngo 2019 ngambeswa kushoda usuku lomshado nginabantwana ababili, kunezinto esiye sizwe kwabanye abantu kodwa lokhu kushaya emzini wami ngqo. Mam Khoza nomlaleli nginenkinga lapha,ngilalwa isilwane sengiphile isikhathi eside nalenkinga ngiya kubantu besizulu kodwa bengilahla isilwane kwathi ngelinye ilanga ngaphupha kuthiwa angiyolahla isilwane bangiyalela omunye ubaba ngase ngiya komunye obonayo wathi angiyobuza umyeni wami ukuthi yini lokhu angenza khona ethi uqinisa umuzi wakhe.Izinkinga esihlangabezana nazo, umyeni wami imali ayihlali iphelela ezadleni kwawa ngisho nesitolo bekumuntu ozisebenzayo akusekho konke lokho imuqedela nemizwa mayenami, ngacishe ngalahlekelwa ngisho nayingane. Ngicela abalaleli nabantu abazi isintu ukuthi usizo ngingaluthola kuphi kwenziwa njani uma kunje ngoba sengehlulekile angisazi ngenzenjani.2

Episode metadata supplied by the publisher feed · Published Nov 25, 2025

Embed this episode

NOW PLAYING

#Jabulujule - Tea Time no Lady D 25 November 2025

0:00 23:07

No transcript for this episode yet

We transcribe on demand. Request one and we'll notify you when it's ready — usually under 10 minutes.

No similar episodes found.

No similar podcasts found.

Frequently Asked Questions

How long is this episode of Jabulujule 9 -12?

This episode is 23 minutes long.

When was this Jabulujule 9 -12 episode published?

This episode was published on November 25, 2025.

Can I download this Jabulujule 9 -12 episode?

Yes. Use the download control on the episode player to save the publisher-provided media file.
URL copied to clipboard!