#Jabulujule - Tea Time no Lady d 27 September episode artwork

EPISODE · Sep 28, 2023 · 20 MIN

#Jabulujule - Tea Time no Lady d 27 September

from Jabulujule 9 -12 · host ukhozi fm

Ngicela ukubingelela kuMam Khoza nethimba lakhemina ngingo wesifazane oneminyaka engu 28 sengineminyaka eyisikhombisangishadile kodwa angisajabule nakancane Inkinga yami ukuthi angibatholi abantwana nomnyeni wami osekungifakephezu kwenkulu ingcindezi ngoba amanye amakhosikazi agane obhutibomnyeni wami wona azele yimina nje kuphela oseleNgokuka Dokotela ayikho inkinga enginayo Kanti yena umnyeni wami unazoizingane ezimbili azithola ngaphambi ngokuthi sihlangane okwenza kubeyimina umuntu onenkinga njengoba ngingabambi nje, umnyeni wami uhlaleehamba izangoma nabathandazi abuye nezimbiza neziwasho kuthiasikuphuze kodwa nje akwenzeki lutho, no cansi lwase mshadweni wamialusekho nje mayelana ngokujabulisana njenge zithandani sekwahlalakumayelana nokuthi kumele ngibambeNgelinye ilanga udadewabo mnyeni wami wangitshela ukuthi amakhosikaziagane la ngigane khona ayethi shuthi njengoba ngingazali ngayivala inzalookwangiphatha kabi ngoba shuthi hlampe yinto wonke umndeni oyicabangayongami, sekwaze kwakhulelwa omunye unkosikazi ekhaya ogane ngemuvakwami, ngiyabuka nje ukuthi hlampe umnyeni wami ngimenza inhlekisakobhuti bakhe.Impilo yami nje isinzima, ngizizwa ngiyesehluleki somuntu wesifazane, ngathingihlulekile nje nokunika umnyeni wami isithunzi njenge ndoda sengiyasabaukuthi hlampe maduzane uzongishiya noma amithise ngaphandle noma aveleangilamanise okuyinto engingazifiseli yona, kubuhlungu kumina ngishongibona umuntu wesifazane okhulelwe noma ophethe ingane, mina ngikhulenje ngingabuthinti utshwala kodwa manje sengahlala ngumuntu oshaya istiffemfihlakalweni ngoba ngifuna ukudambisa ubuhlungu benhliziyo engihlalengibuzwaNgiyafisa ukwazi ukuthi ukhona yini umuntu wesifazane oseke wadlula kulenkinga engibhekene nayo kwagcina kulungile yini, ayikho intoengingayijabulela njengokuthola ithemba elisha ko dadewethu abangabalaleliboKhozi, ngiyabonga.

Episode metadata supplied by the publisher feed · Published Sep 28, 2023

Embed this episode

NOW PLAYING

#Jabulujule - Tea Time no Lady d 27 September

0:00 20:45

No transcript for this episode yet

We transcribe on demand. Request one and we'll notify you when it's ready — usually under 10 minutes.

No similar episodes found.

No similar podcasts found.

Frequently Asked Questions

How long is this episode of Jabulujule 9 -12?

This episode is 20 minutes long.

When was this Jabulujule 9 -12 episode published?

This episode was published on September 28, 2023.

Can I download this Jabulujule 9 -12 episode?

Yes. Use the download control on the episode player to save the publisher-provided media file.
URL copied to clipboard!