#Jabulujule - Tea Time no Lady D 31 0ct episode artwork

EPISODE · Oct 31, 2023 · 28 MIN

#Jabulujule - Tea Time no Lady D 31 0ct

from Jabulujule 9 -12 · host ukhozi fm

Sawubona mam Lady-D nethimba lakho. Mah wamingokuhlala ngise Mthwalume kwaqolqolo igama ngicela ukuligodla.Indaba yami ikanje mah nginenkinga nginengane eneminyaka elishumi10yrs manje shukuthi ngaba sebudlelwaneni uBaba wayo kuthe sengina4months ngikhulelwe wathi angisikhiphe isisu, ngoba ethi yena akahlangenenaleyo ngane yena, ethi unomama wengane yakhe.Mam Khoza ngaye ngavuma wanginika imali yokuthi angihambengiyokhipha isisu ngayithatha kodwa angizange ngiye laphongangayikhipha ingane ngaze ngayoteta engekho empilweni yengane.Kuthe isikhona ingane yangaphila kahle ifuna lezinto zamasiko akubokwayongagcina ngiyihambisile khona kubo wayivuma uBaba wayo ngabanethemba  lokuthi usezoyondla ngoba ubengayondli engenandaba ngobayayingaziwa nakubo manje seyaziwa shukuthi sezoyondla kantingiyaziphuphela nje waqhubeka nokungayondli ngatshela ukhuluh wenganeukuthi akayondli ingane uyise, wathi umuntu omdala wathi uzokhulumanaye  kuthe kusenjalo ngambona eseyikhipha imali uBaba wenganeeyondla ngo R300 ngathula ngamukela lokho noMawakhe athi angamukeleloku anginika kona. Kuhambe kwahamba ingane yagula kwadingeka ukuthiiyohlala khona, yahamba ingane yohlala khona kubo,impela yaba ngcono.Kunesivumelwano mina noBaba wengane esaba naso, isivumelwanosokuthi mhla ethatha unkosikazi angitshele ukuze ngizothatha ingane yamiibuyele ngakumina  ngoba angithandi ukuthi ingane yami ihlale ne-stepmother ngikhona ngoba ngiyazazi iz-tepmother ukuthi zinjani ngihlalenazo kakhulu wavuma kahle.Kwenzeka wayakolobola wangangitshela njengesivumelwano sethungazitholela mina ukuthi unonkosikazi ngase ngiyasuka ngayolanda inganekubo ngoba unkosikazi wehlala kubo futhi kanti lowo nkosikazi yilowo mMahwengane engangibanga naye. Manje mah akasayondli nhlobo inganenangenkathi ihlala kubo wesho umama wakhe ethi akayikhiphi imaliyengane ubaba wayo kwenye inyanga ngicoshacoshe izinto zenganengihambise.Kemanje ma akasoyondli nhlobo uma ngimfonela ngimubuza ngemaliyengane uvele athi uzoyondlelani ingane angayiboni. Manje angisazi ukuthingenzenjani ngicela ukuboniswa ngididekile. Ngiyabonga

Episode metadata supplied by the publisher feed · Published Oct 31, 2023

Embed this episode

NOW PLAYING

#Jabulujule - Tea Time no Lady D 31 0ct

0:00 28:51

No transcript for this episode yet

We transcribe on demand. Request one and we'll notify you when it's ready — usually under 10 minutes.

No similar episodes found.

No similar podcasts found.

Frequently Asked Questions

How long is this episode of Jabulujule 9 -12?

This episode is 28 minutes long.

When was this Jabulujule 9 -12 episode published?

This episode was published on October 31, 2023.

Can I download this Jabulujule 9 -12 episode?

Yes. Use the download control on the episode player to save the publisher-provided media file.
URL copied to clipboard!