#Jabulujule - Tea Time no Lady D 9 October episode artwork

EPISODE · Oct 9, 2023 · 19 MIN

#Jabulujule - Tea Time no Lady D 9 October

from Jabulujule 9 -12 · host ukhozi fm

Ngiyabingelela kuwena Lady-D nabalaleli bosakazo UKHOZI FM,ngingowesifazane bengizocela ukuthi niligodle igama lami.Ngibhekane nenkinga lana, ngizithola ngibishile ezikweletini ngenxa yomlisa ebengikadengisebudlelwaneni bezothando naye, lona wesilisa wangicela ukuthi ngimtahthele (loan ewu 80k)ngoba yena akakwazi ukuthatha isikweletu ebhange, ngamtahthela mina ngagama lami ngoab ethiufuna ukukhulisa ibhizinisi lakhe lokuthitha izingane, ubekade ehamba ngemoto encane esefunaukutehnga ikhumbi noma itekisi.Uma uthandana nomuntu umbona ukuthi uyazama, uye ufise ukumlekelela nami ngenzek njalo ngithingilekelela umuntu engibambisane naye kanti angibuzanga elangeni ,kumanje ngiyazisola ngobangibishe ezikweletini kumanje ngihluleka nokuhambisa ingane yami esikoleni. Ngicela ningisize ngithole imali yami kumlomlisa, noma ningisikeze ngezeluleko ukuthi ngingenzakanjani ukuthi ngithole imali yami, lomlisa lokhu ethi uzokhokha usakhokhe imali engu 8KKUPHELA kusukela ngo 2018.Ngisenkingeni nekhadi lamiselihlala komashonisa. Impilo yami imile Lady-D nethimba lakhobengicela ningisize uma ikhona idnella eninagngisiza ngayo, ngangithi ngithola uthando kanti ngizifakaenkingeni.

Episode metadata supplied by the publisher feed · Published Oct 9, 2023

Embed this episode

NOW PLAYING

#Jabulujule - Tea Time no Lady D 9 October

0:00 19:22

No transcript for this episode yet

We transcribe on demand. Request one and we'll notify you when it's ready — usually under 10 minutes.

No similar episodes found.

No similar podcasts found.

Frequently Asked Questions

How long is this episode of Jabulujule 9 -12?

This episode is 19 minutes long.

When was this Jabulujule 9 -12 episode published?

This episode was published on October 9, 2023.

Can I download this Jabulujule 9 -12 episode?

Yes. Use the download control on the episode player to save the publisher-provided media file.
URL copied to clipboard!