Skip to content
#Jabulujule - Tea Time no Lady D  - Sikhuluma ngodaba lowesilisa okhala ngoNkosikazi wakhe ngenxa yento ayibone ocingweni lankosikazi. episode artwork

EPISODE · Jul 2, 2024 · 16 MIN

#Jabulujule - Tea Time no Lady D - Sikhuluma ngodaba lowesilisa okhala ngoNkosikazi wakhe ngenxa yento ayibone ocingweni lankosikazi.

from Jabulujule 9 -12 · host ukhozi fm

Ngiyabingelela Ku Mam Khoza nabalaleli bo Khozi FM ngicela ukuba ngu anonymous ngibike udaba lwami. Ngingowesilisa oseneminyaka engu 8 eganiwe, uNkosikazi akaze anginike isizathu sokungamethembi kodwa manje usanda kunginika sona shuthi ke ezinsukwini nje ezedlule bengibheka ucingo lwakhe uMama wakwami ngahlangana nengxoxo ephakathi kwakhe noNkosikazi kaMfowethu omncane Ibiveza ngokusobala ukuthi uNkosikazi kaMfowethu uyajola kanti yonke into uyayixoxa noNkosikazi wami, yonke lendaba ingiphathe kabi ukwazi nje ukuthi kudlalwa ngomfowethu kanti uNkosikazi wami uyingxenye yakho konke lokhu, yize kungekho engikutholile okuveza ukuthi hlampe noMama wakwami naye kukhona akwenzayo eceleni kodwa angisamethembi nje nhlobo kungenza ngizibuze ukuthi uma ekwazi ukuthula futhi aseke umuntu ophingela umnyeni wakhe yena yini emuvimbayo ukuthi akwenze ngoba phela shuthi akakuboni akubi ngakho sekunzima nje nokuthi ngimthinte ngoba kunzima ukuzitshela ukuthi yena uthembikile kumina Ngiyamthanda kakhulu uNkosikazi wami, sino mndeni omuhle kakhulu kanti futhi sisuka kude sinaye angifuni ukumosha umshado wami ngento okungenzeka ukuthi ayikho , ngesimo samfowethu sokujolelwa ngizomtshela lokho ngiyakwazi kodwa mina into engifisa ukulekelelwa ngayo yile yowami umshado, ngingamthemba kanjani futhi uNkosikazi wami ngiphinde ngikwazi ukumthemba njengasekuqaleni, ngingajabula uma ngingezwa izeluleko kwabanye abafwethu abaseke badlula kulokhu ukuthi babhekana nakho kanjani, ngibonge ithuba ngizolalela emsakazweni.

Episode metadata supplied by the publisher feed · Published Jul 2, 2024

Embed this episode

Ready to play

#Jabulujule - Tea Time no Lady D - Sikhuluma ngodaba lowesilisa okhala ngoNkosikazi wakhe ngenxa yento ayibone ocingweni lankosikazi.

0:00 16:02

No transcript for this episode yet

We transcribe on demand. Request one and we'll notify you when it's ready — usually under 10 minutes.

No similar episodes found.

The Course Mentors Podcast The Course Mentors Hey there, future course creator! Ever feel like turning your know-how into an online course is like trying to solve a Rubik's cube blindfolded? Well, grab your headphones because "The Course Mentors Podcast" is here to be your secret weapon! Meet Aimee and Odette (that's us!), your new best friends in the course creation world. We've been in the trenches for over a decade, and for the last five years, we've been rocking the online course space. Now we're here to spill all our secrets in bite-sized, 15-20 minute episodes that'll fit perfectly in your coffee breaks. No fluff, no filler - just real, actionable advice that'll take you from "um, what's a landing page?" to "holy moly, I just hit six figures!". We're talking everything from crafting your course to marketing it like a pro and building a business that'll have you pinching yourself. Whether you're dreaming of ditching the 9-to-5 grind, adding a sweet extra income str Travel Nursing & Allied Life TravCon: The Travelers Conference Travel Nursing & Allied Life is a podcast about all things related to Healthcare Travel. TravCon and The Gypsy Nurse team bring you current information about the healthcare travel industry so you can stay updated and connected throughout the year. TravCon is here to help guide and connect all healthcare professionals from all specialties, navigate their travel careers, and stay current with the trends and changes.Don't forget the Travelers Conference takes place 9/22/24 -9/25/24 at the Paris Hotel in Las Vegas! Visit TravCon.org for more information!

Frequently Asked Questions

How long is this episode of Jabulujule 9 -12?

This episode is 16 minutes long.

When was this Jabulujule 9 -12 episode published?

This episode was published on July 2, 2024.

Can I download this Jabulujule 9 -12 episode?

Yes. Use the download control on the episode player to save the publisher-provided media file.
URL copied to clipboard!