EPISODE · Aug 18, 2025 · 16 MIN
#UkhozifmVabs:Dr. kile Mteto, President: SA Women In Plumbing And Trades (SAWIPT) Miningi imikhakha abantu besifazane abasantwela kuyo, kuyathokozisa uma sizwa noma sibona abantu besifazane bekhula ezimbonini abangajwayelekile kuzo. Singabala imboni yezokuthutha (taxis, buses and trains), ezobunjiniyela, ezokwakha (construction), ezamamayini, kanye nezobuchwepheshe. Namhlanje sibheka kumkhakha we- Plumbing. Sikhule sazi ukuthi abantu besilisa abaphiwe kulomkhakha wokulungisa amapayipi, kwazise, bekungajwayelekile ukuthi abantu besifazane begqoke amabhuzu nama- overall. Namhlanje siyabona izibalo zabantu besifazane abangama- artisan kulomkhakha ziya zikhula, kanjalo nekhona Labantu besifazane kulomkhakha osulekelele abaningi besungule amabhizinisi abo kuwo, baxosha ikati eziko.
from Ukhozi Breakfast · host ukhozi fm
Dr. kile Mteto, President: SA Women In Plumbing And Trades (SAWIPT) Miningi imikhakha abantu besifazane abasantwela kuyo, kuyathokozisa uma sizwa noma sibona abantu besifazane bekhula ezimbonini abangajwayelekile kuzo. Singabala imboni yezokuthutha (taxis, buses and trains), ezobunjiniyela, ezokwakha (construction), ezamamayini, kanye nezobuchwepheshe. Namhlanje sibheka kumkhakha we- Plumbing. Sikhule sazi ukuthi abantu besilisa abaphiwe kulomkhakha wokulungisa amapayipi, kwazise, bekungajwayelekile ukuthi abantu besifazane begqoke amabhuzu nama- overall. Namhlanje siyabona izibalo zabantu besifazane abangama- artisan kulomkhakha ziya zikhula, kanjalo nekhona Labantu besifazane kulomkhakha osulekelele abaningi besungule amabhizinisi abo kuwo, baxosha ikati eziko.
Embed this episode
Ready to play
#UkhozifmVabs:Dr. kile Mteto, President: SA Women In Plumbing And Trades (SAWIPT) Miningi imikhakha abantu besifazane abasantwela kuyo, kuyathokozisa uma sizwa noma sibona abantu besifazane bekhula ezimbonini abangajwayelekile kuzo. Singabala imboni yezokuthutha (taxis, buses and trains), ezobunjiniyela, ezokwakha (construction), ezamamayini, kanye nezobuchwepheshe. Namhlanje sibheka kumkhakha we- Plumbing. Sikhule sazi ukuthi abantu besilisa abaphiwe kulomkhakha wokulungisa amapayipi, kwazise, bekungajwayelekile ukuthi abantu besifazane begqoke amabhuzu nama- overall. Namhlanje siyabona izibalo zabantu besifazane abangama- artisan kulomkhakha ziya zikhula, kanjalo nekhona Labantu besifazane kulomkhakha osulekelele abaningi besungule amabhizinisi abo kuwo, baxosha ikati eziko.
No transcript for this episode yet
Similar Episodes
No similar episodes found.