Skip to content
#UkhozifmVabs:Namhlanje sibheka udaba lokulothiswa phecelezi i-cremation. Lokhu kulandela isimemezelo esenziwe umkhandlu wedolobha lase Goli ngesimo sokugcwala kwamathuna noma ama cemetery. Umkhandlu uthi kwawu 42 akhona, angu 39 asegcwele. Enye yezindawo zokufihla i-Westpark Cemetery izobe isigcwele mfi ngo May wangalonyaka. Umkhandlu uphakamise ukuthi umphakathi kufanele ubheke ezinye izindlela zokufihla ezifana nokulothiswa kanye nokuvula amathuna kungcwatshwe phezu kwabanye abantu. Sixoxa no Azola Manjati ongumphathi wezindawo zokufihla eGoli. Sizobuye sixoxe no Dr Maria Zwane owenza ucwaningo ngemibono yabantu KwaZulu ngokulothiswa. episode artwork

EPISODE · Feb 6, 2025 · 18 MIN

#UkhozifmVabs:Namhlanje sibheka udaba lokulothiswa phecelezi i-cremation. Lokhu kulandela isimemezelo esenziwe umkhandlu wedolobha lase Goli ngesimo sokugcwala kwamathuna noma ama cemetery. Umkhandlu uthi kwawu 42 akhona, angu 39 asegcwele. Enye yezindawo zokufihla i-Westpark Cemetery izobe isigcwele mfi ngo May wangalonyaka. Umkhandlu uphakamise ukuthi umphakathi kufanele ubheke ezinye izindlela zokufihla ezifana nokulothiswa kanye nokuvula amathuna kungcwatshwe phezu kwabanye abantu. Sixoxa no Azola Manjati ongumphathi wezindawo zokufihla eGoli. Sizobuye sixoxe no Dr Maria Zwane owenza ucwaningo ngemibono yabantu KwaZulu ngokulothiswa.

from Ukhozi Breakfast · host ukhozi fm

Episode metadata supplied by the publisher feed · Published Feb 6, 2025

Embed this episode

Ready to play

#UkhozifmVabs:Namhlanje sibheka udaba lokulothiswa phecelezi i-cremation. Lokhu kulandela isimemezelo esenziwe umkhandlu wedolobha lase Goli ngesimo sokugcwala kwamathuna noma ama cemetery. Umkhandlu uthi kwawu 42 akhona, angu 39 asegcwele. Enye yezindawo zokufihla i-Westpark Cemetery izobe isigcwele mfi ngo May wangalonyaka. Umkhandlu uphakamise ukuthi umphakathi kufanele ubheke ezinye izindlela zokufihla ezifana nokulothiswa kanye nokuvula amathuna kungcwatshwe phezu kwabanye abantu. Sixoxa no Azola Manjati ongumphathi wezindawo zokufihla eGoli. Sizobuye sixoxe no Dr Maria Zwane owenza ucwaningo ngemibono yabantu KwaZulu ngokulothiswa.

0:00 18:02

No transcript for this episode yet

We transcribe on demand. Request one and we'll notify you when it's ready — usually under 10 minutes.

No similar episodes found.

Frequently Asked Questions

How long is this episode of Ukhozi Breakfast?

This episode is 18 minutes long.

When was this Ukhozi Breakfast episode published?

This episode was published on February 6, 2025.

Can I download this Ukhozi Breakfast episode?

Yes. Use the download control on the episode player to save the publisher-provided media file.
URL copied to clipboard!