EPISODE · Oct 28, 2024 · 18 MIN
#Ukhozifmvabs :Sesitholakale isidumbu sengane uMemory Banda esaduka ngesikhathi kusha isakhiwo esaziwa nge Usindiso esisenkabeni ye Goli. Kutholakale ukuthi isidumbu sisemangcwabeni ase Lenasia, sangcwatshwa omunye umndeni owanikwa lesidumbu emuva kwalesigameko. Uyise ka Memory, u-Mike Ngulube usekhala ngokuthi kufanele akhokhe imali ukuze kumbiwe isidumbu somntwana. Saxoxa no Mike ngo August lapho asichazela ukuthi bese kuphele unyaka engayitholi incazelo ngesidumbu sengane yakhe eyashona ina 1
from Ukhozi Breakfast · host ukhozi fm
#Ukhozifmvabs :Sesitholakale isidumbu sengane uMemory Banda esaduka ngesikhathi kusha isakhiwo esaziwa nge Usindiso esisenkabeni ye Goli. Kutholakale ukuthi isidumbu sisemangcwabeni ase Lenasia, sangcwatshwa omunye umndeni owanikwa lesidumbu emuva kwalesigameko. Uyise ka Memory, u-Mike Ngulube usekhala ngokuthi kufanele akhokhe imali ukuze kumbiwe isidumbu somntwana. Saxoxa no Mike ngo August lapho asichazela ukuthi bese kuphele unyaka engayitholi incazelo ngesidumbu sengane yakhe eyashona ina 16 months. Kulesigameko kwaphinde kwashona no Joyce unkosikazi ka Mike. Babalelwa ku 76 abantu abashona sebebonke ngesikhathi kusha lesakhiwo. Sikhuluma no Mike kanye nomele inhlangano ezimele eyangenelela kuloludaba i- Socio Economic Rights Institute of SA. Sizamile ukuthola uMnyango weZempilo wase Gauteng kepha sangaphumelela.
Embed this episode
Ready to play
#Ukhozifmvabs :Sesitholakale isidumbu sengane uMemory Banda esaduka ngesikhathi kusha isakhiwo esaziwa nge Usindiso esisenkabeni ye Goli. Kutholakale ukuthi isidumbu sisemangcwabeni ase Lenasia, sangcwatshwa omunye umndeni owanikwa lesidumbu emuva kwalesigameko. Uyise ka Memory, u-Mike Ngulube usekhala ngokuthi kufanele akhokhe imali ukuze kumbiwe isidumbu somntwana. Saxoxa no Mike ngo August lapho asichazela ukuthi bese kuphele unyaka engayitholi incazelo ngesidumbu sengane yakhe eyashona ina 1
No transcript for this episode yet
Similar Episodes
No similar episodes found.