Skip to content
#UkhozifmVabs:Yaya Mavundla oyi transgender ongowase Ntunjambili eKranskop eKZN. I-Pride Month iyingxenye yezinhlelo zokuqhakambisa ukuthi abathandana nobulili obufanayo bayingxenye yomphakathi futhi namalungelo abo adinga ukuhlonishwa. Kuzokhumbuleka ukuthi kwaqopheka umlando ngesikhathi uNdunankulu waKwaZulu-Natal uThami Ntuli ememezela ungqongqoshe wokuqala owaziwa ngokuthandana nobulili obufana nobakhe uMnuz Martin Meyer ongu Ngqongqoshe weMisebenzi yoMphakathi neNgqalasizinda. Sikhuluma n episode artwork

EPISODE · Oct 23, 2024 · 15 MIN

#UkhozifmVabs:Yaya Mavundla oyi transgender ongowase Ntunjambili eKranskop eKZN. I-Pride Month iyingxenye yezinhlelo zokuqhakambisa ukuthi abathandana nobulili obufanayo bayingxenye yomphakathi futhi namalungelo abo adinga ukuhlonishwa. Kuzokhumbuleka ukuthi kwaqopheka umlando ngesikhathi uNdunankulu waKwaZulu-Natal uThami Ntuli ememezela ungqongqoshe wokuqala owaziwa ngokuthandana nobulili obufana nobakhe uMnuz Martin Meyer ongu Ngqongqoshe weMisebenzi yoMphakathi neNgqalasizinda. Sikhuluma n

from Ukhozi Breakfast · host ukhozi fm

u-Yaya Mavundla oyi transgender ongowase Ntunjambili eKranskop eKZN. I-Pride Month iyingxenye yezinhlelo zokuqhakambisa ukuthi abathandana nobulili obufanayo bayingxenye yomphakathi futhi namalungelo abo adinga ukuhlonishwa. Kuzokhumbuleka ukuthi kwaqopheka umlando ngesikhathi uNdunankulu waKwaZulu-Natal uThami Ntuli ememezela ungqongqoshe wokuqala owaziwa ngokuthandana nobulili obufana nobakhe uMnuz Martin Meyer ongu Ngqongqoshe weMisebenzi yoMphakathi neNgqalasizinda. Sikhuluma no Yaya sizobuye sikhulume nophuma kwi Lesbian and Gay Community and Health Centre eThekwini. Topic: Iziphi izinyathelo osuzithatheile ukuze ufundiseke kangcono ngabantu abathandana nobulili obufanayo? Ngabe uzizwa wamkelekile emphakathini, emsebenzini, emndenini njengomuntu othandana nobulili obufanayo?

Episode metadata supplied by the publisher feed · Published Oct 23, 2024

Embed this episode

Ready to play

#UkhozifmVabs:Yaya Mavundla oyi transgender ongowase Ntunjambili eKranskop eKZN. I-Pride Month iyingxenye yezinhlelo zokuqhakambisa ukuthi abathandana nobulili obufanayo bayingxenye yomphakathi futhi namalungelo abo adinga ukuhlonishwa. Kuzokhumbuleka ukuthi kwaqopheka umlando ngesikhathi uNdunankulu waKwaZulu-Natal uThami Ntuli ememezela ungqongqoshe wokuqala owaziwa ngokuthandana nobulili obufana nobakhe uMnuz Martin Meyer ongu Ngqongqoshe weMisebenzi yoMphakathi neNgqalasizinda. Sikhuluma n

0:00 15:43

No transcript for this episode yet

We transcribe on demand. Request one and we'll notify you when it's ready — usually under 10 minutes.

No similar episodes found.

Frequently Asked Questions

How long is this episode of Ukhozi Breakfast?

This episode is 15 minutes long.

When was this Ukhozi Breakfast episode published?

This episode was published on October 23, 2024.

Can I download this Ukhozi Breakfast episode?

Yes. Use the download control on the episode player to save the publisher-provided media file.
URL copied to clipboard!